Let us know how it is going

Udinga usizo?

Awukwazi ukuphendula umbuzo?

  1. Khumbula: Ukuphela kwesizathu esenza umuntu aphonse ithawula ekufundeni noma adideke noma angakwazi ukufunda yingoba usuke edlule igama elingaqondakali.

    Ukudideka noma ukungakwazi ukuqonda noma ukufunda kuza NGEMVA kwegama ongalichazanga futhi ongaliqondanga. Kungenzeka kungabi ngamagama amasha futhi angajwayelekile okufanele uwabheke. Amanye amagama ajwayelelile ukusetshenziswa avame ukungachazwa kahle bese adala ukudideka.

    Ngakho ke qiniseka ukuthi ubuyekeza lokho osanda kufunda ngakho bese uthola noma yiliphi igama elingaqondakalanga elichazwe ku Uhlu lwamagama noma isichazamazwi esihle.

  2. Noma, bhala umyalezo ku-Supervisor wakho ngezansi futhi uzophendulwa nge-email: