UNGAZIXAZULULA KANJANI IZINGXABANO
ukusola: ukusho ukuthi othile wenze okuthile okungalungile noma okungekho emthethweni.
umnikazi webhange: umuntu osebenza ebhange, ikakhulukazi umuntu onomsebenzi osezingeni eliphakeme ebhange.
bangqubuzane: kwaqala ukulwa kulandela ukuphikisana.
IGibithe: umbuso enyakatho-mpumalanga Afrika owathatha kusuka ku-3300 ngaphambi kokuzalwa kukaKrestu kuya ku-30 ngaphambi kokuzalwa kukaKrestu. AbaseGibhithe bakha izakhiwo zamatshe ezinkulu ngezinjongo zenkolo, njengama piramidi amakhulukazi, amathuna namathempeli amakhulukazi, kanye nezakhiwo ezimile, njengama bhuloho amatshe asebenzisa izindonga zamatshe ukwesekwa, futhi ngenye yezi mpucuko zesikhathi eside emlandweni woMhlaba.
umlimi wezitshalo: umuntu oqhuba ukulima lapho izitshalo zitshalelwa ukudla noma lapho izilwane zikhuliselwa ukudliwa.
uphenyo: isenzo sokuzama ukuthola wonke amaqiniso ngokuthile ukuze ufunde ukuthi kubangelwa yini.
umthetho wemvelo: umthetho lapho into ethile ihlala yenzeka khona lapho izimo ezithile zikhona. Isibonelo, lapho amandla adonsela phansi ekhona, itshe lihlala liwela phansi lapho uliwisa, noma amanzi ahlala ehla.
bengazwani: ngxabanweni noma ukungavumelani.
okuqaphelwe: okungabonwa noma okunga qaphelwe.
umlimi wemfuyo: umuntu oqhuba ipulazi elikhulu lapho kukhuliswa khona izilwane ezinjengezinkomo noma imvu.