Let us know how it is going
6.‎2 ISIVIVINYO ESISEBENZAYO

Ukubheka Okusobala

Qalaza endaweni yakini bese uzijwayeza ukubona ukuthi yikuphi okukhona. Qaphela izinto ezisobala ngokusobala. Ungavumeli noma yimiphi imibono noma iziphetho ukuba zithelele ukuqaphela kwakho. Bheka nje ukuthi yini ekhona.

Qhubeka nokuzijwayeza ukubheka okusobala uze ube neqiniso ukuthi ungakwenza ngaphandle kofaka imibono noma iziphetho.

QAPHELA: Ukuze uqhubeke, kufanele uqedele zonke izinyathelo zangaphambilini kule isifundo. Isinyathelo sakho sokugcina esingaphelele ngu
QAPHELA: Unezimpendulo eziningana ebezingalungile. Ukuze uqhubeke, kufanele uphinde ufunde indatshana Izindlela Zokugcina Zokusebenza bese uhlola ukuqonda kwakho futhi.