Let us know how it is going
6.‎4 ISIVIVINYO ESISEBENZAYO

Isivivinyo se-Tone Scale Yemizuzu Emibili

Yenza Isivivinyo se-Tone Scale Yemizuzu Emibili komunye umuntu. Qala ingxoxo nomuntu othile bese, ulandela izinyathelo zenqubo, nquma ukuthi yiliphi izinga le-tone lomuntu aphendula ekulona.

Phinda lokhu nabanye abantu uze uqiniseke ukuthi uyakwazi ukubona ukuthi umuntu ukuphi ngezinga le-tone.

QAPHELA: Ukuze uqhubeke, kufanele uqedele zonke izinyathelo zangaphambilini kule isifundo. Isinyathelo sakho sokugcina esingaphelele ngu
QAPHELA: Unezimpendulo eziningana ebezingalungile. Ukuze uqhubeke, kufanele uphinde ufunde indatshana Izindlela Zokugcina Zokusebenza bese uhlola ukuqonda kwakho futhi.