Let us know how it is going
17.‎1 FUNDA LENDATSHANA

Isimo Sesitha

Lapho umuntu eveze obala ukuthi uzolimaza umuntu noma iqembu noma lapho enza izinto ezibhubhisayo kumuntu, iqembu, iphrojekthi noma inhlangano, isimo seSitha sikhona.

Thatha isibonelo, umfundi ojikijela ngamatshe ngamabomu futhi aphule amafasitela ukuphazamisa amakilasi. Uzoba seSimweni seSitha esikoleni sakhe esiphakeme.

Ifomula Yesimo Sesitha isinyathelo esisodwa nje:

Thola ukuthi ungubani ngempela.

QAPHELA: Ukuze uqhubeke, kufanele uqedele zonke izinyathelo zangaphambilini kule isifundo. Isinyathelo sakho sokugcina esingaphelele ngu
QAPHELA: Unezimpendulo eziningana ebezingalungile. Ukuze uqhubeke, kufanele uphinde ufunde indatshana bese uhlola ukuqonda kwakho futhi.