Let us know how it is going
11.‎2 ISIVIVINYO ESISEBENZAYO

Isivivinyo Esisebenzayo

Bheka eduze kwakho emsebenzini noma ekhaya noma kuphi lapho ungabe khona, emini nobusuku, bese uthola isibonelo sokuziphatha okunobuntu komunye umuntu. Qaphela ukuthi yiluphi uphawu lobuntu eliboniswa ngumuntu. Bheka 12 Izimpawu zoMuntu Onobuntu eziqukethwe kulelisifundo uma kwenzeka ungaqinisekile.

Phinda le-drill kaningi ngangokunokwenzeka ukuze ukwazi ukubona kalula uMuntu Onobuntu ngokukhulu ukushesha.

QAPHELA: Ukuze uqhubeke, kufanele uqedele zonke izinyathelo zangaphambilini kule isifundo. Isinyathelo sakho sokugcina esingaphelele ngu
QAPHELA: Unezimpendulo eziningana ebezingalungile. Ukuze uqhubeke, kufanele uphinde ufunde indatshana Izindlela Zokugcina Zokusebenza bese uhlola ukuqonda kwakho futhi.