Let us know how it is going
11.‎5 ISIVIVINYO ESISEBENZAYO

Isivivinyo Esisebenzayo

Uma wazi umuntu oyi-PTS futhi onazo zonke izinkomba zokuxhumana noMuntu Ocindezelayo, mtshengise iziqephu ezikulesifundo bese umcela ukuba azifunde. Ngemuva kwalokho yenza izinyathelo zokuSingatha noma zokuNqamula naye ukuze asingathe noma anqamule kuMuntu Ocindezelayo ake axhumana naye.

QAPHELA: Ukuze uqhubeke, kufanele uqedele zonke izinyathelo zangaphambilini kule isifundo. Isinyathelo sakho sokugcina esingaphelele ngu
QAPHELA: Unezimpendulo eziningana ebezingalungile. Ukuze uqhubeke, kufanele uphinde ufunde indatshana Izindlela Zokugcina Zokusebenza bese uhlola ukuqonda kwakho futhi.