Let us know how it is going
4.‎1 FUNDA LENDATSHANA

Ukukhululeka

Uma ungababona futhi ubabize ngamagama laBantu Abangenabo Ubuntu usuyabazi futhi uyeke ukuxhumana nabo, ungathola ukukhululeka okukhulu.

Futhi, uma umphakathi ubungaluqaphela loluhlobo lomuntu njengomuntu ogulayo, njengoba manje behlukanisa abantu abanesifo esingendluliselwa ngokuxhumana ngokomzimba, abantu bangakujabulela kakhulu ukusebenzisana futhi izinkinga zezimali zizoba ngcono.

Izinto akubukeki zizoba ngcono kakhulu inqobo nje uma amaphesenti angama-shumi amabili wabantu evunyelwe ukuthi abe nokulawula noma amandla ngaphezulu futhi abangele ukulimala kwezimpilo zamaphesenti angama-mashumi ayisishiyagalombili.

Ingxenye edabukisayo ukuthi Abantu Abangenabo Ubuntu abazivumeli ukuthi basizwe futhi ngeke bathinteke ngokwelashwa uma kuzanywa ukubasiza.

Ukuqonda nekhono lokubona umuntu onjalo kungaletha ushintsho olukhulu emphakathini nasezimpilweni zethu.

QAPHELA: Ukuze uqhubeke, kufanele uqedele zonke izinyathelo zangaphambilini kule isifundo. Isinyathelo sakho sokugcina esingaphelele ngu
QAPHELA: Unezimpendulo eziningana ebezingalungile. Ukuze uqhubeke, kufanele uphinde ufunde indatshana bese uhlola ukuqonda kwakho futhi.