Let us know how it is going
8.‎1 ISIVIVINYO ESISEBENZAYO

Izinyathelo Zokuchaza Igama

Izabelo Ezisebenzayo

Lokhu okulandelayo ama-exercises amayelana nobuchwepheshe bokutadisha. Lama-exercises azokusiza ukukhulisa ikhono lakho lokusebenzisa ubuChwepheshe bokuTadisha. Azokusiza ukuthi ube ngcono ezifundweni zakho nasekusizeni abanye nganoma yini abazama ukuyifunda.

QAPHELA: Amanye ama-exercises afuna ukwenziwa nomunye umuntu. Uma ungenaye umuntu wokwenza naye lama-exercises, sikukhuthaza ukuthi uqhubekele esigabeni esilandelayo sesifundo futhi sizokukhumbuza ukuthi uthole umuntu ngokuhamba kwesikhathi bese uqedela ama-exercises ngokuzayo.

Cabanga ngegama ongaliqondi noma ongaqinisekile ngalo bese ulichaza ulandela inqubo esesigabeni esithi “Izinyathelo Zokuchaza Igama.”

QAPHELA: Phinda lo msebenzi kaningi ngangokunokwenzeka ukuze ukhululeke ngokuphelele indlela yokwenza.

QAPHELA: Ukuze uqhubeke, kufanele uqedele zonke izinyathelo zangaphambilini kule isifundo. Isinyathelo sakho sokugcina esingaphelele ngu
QAPHELA: Unezimpendulo eziningana ebezingalungile. Ukuze uqhubeke, kufanele uphinde ufunde indatshana bese uhlola ukuqonda kwakho futhi.