Let us know how it is going
4.‎3 FUNDA LENDATSHANA

I-Seven Division Organizing Board

Noma iyiphi i-organization idinga ukwakheka kwabaphathi phezulu okuhlinzeka ukubhekela nokuxhumanisa imisebenzi yazo zonke izigaba. Kule-Seven Division Organizing Board, isigaba ngasinye siholwa ngunobhala. Ukuhlinzeka umhlahlandlela ophelele futhi ofanele kuzo zonke izigaba, kunababili Ompathi Nobhala abaphezulu. Oyedwa unikeza ukuqondiswa kwezigaba ezintathu zokuqala ngakwesobunxele sebhodi, omunye uMphathi Nobhala Omkhulu wengamele lezo zagaba ezine kwesokudla. I-organization yonke iholwa nguMqondisi Ophakeme. Usebenzisana nabaPhathi Nobhala ukuze babone ukukhiqizwa nokunwetshwa kwe-organization yakhe.

(Ungayi-downloada njenge-PDF ukuze uyifunde.)
QAPHELA: Ukuze uqhubeke, kufanele uqedele zonke izinyathelo zangaphambilini kule isifundo. Isinyathelo sakho sokugcina esingaphelele ngu
QAPHELA: Unezimpendulo eziningana ebezingalungile. Ukuze uqhubeke, kufanele uphinde ufunde indatshana I-Organizing Board bese uhlola ukuqonda kwakho futhi.