Let us know how it is going

OKUYISISEKELO SOKUHLELA

UHLU LWAMAGAMA YESIFUNDO

impahla: izinto inkampani noma ibhizinisi elinazo, kubandakanya impahla, izimpahla ezingathengiswa, imishini, njlalo njalo.

beingness: umphumela wokwazi ubuwena ngempela. Kunokuthiwa njengokubamba iqhaza emdlalweni isibonelo se-beingness kungaba igama lakhe umuntu. Esinye isibonelo kungaba ngumsebenzi umuntu awufundele. Esinye isibonelo kungaba izici zomzimba womuntu. Ngayinye noma zonke lezi zinto zingabizwa ngokuthi i-beingness yomuntu. I-Beingness uyazithethela wena qobo noma uyinikezwe noma uyithole ngokuyizuza. Ukwenza isibonelo, lapho kudlalwa umdlalo umdlali ngamunye une-beingness yakhe.

ukuxhumana: ukushintshana kwemibono phakathi kwabantu.

doingness: ukusebenza kwesenzo noma umsebenzi othile.

ngempumelelo: ngendlela ekhiqiza umphumela ohlosiwe noma olindelekile.

unjiniyela: umuntu ohayela injini yesitimela, umshini omkhulu odonsa izinqola zesitimela kujantshi wesitimela.

ukuziphatha kahle: ukwenza ngokwezimiso zokuziphatha okufanele.

i-morale: ingqondo nendlela yokubuka izinto kwomuntu noma kweqembu nenani lomdlandla abawukhombisayo ngomsebenzi abahlanganyela kuwo.

i-post: isikhundla, umsebenzi noma umsebenzi umuntu abelwe noma aqokelwe kuwo.

uko-posta: abela noma uqoke abantu ezikhundleni noma emisebenzini, njenga kwi-Org Board noma kuma-drills.

UmBhaki wama-Preps : umuntu umsebenzi wakhe ukulungisa izithako, ezifana nofulawa noshukela, ezilungisela umbhaki ozozisebenzisa ukwenza isinkwa, amakhekhe, amakukisi, njalonjalo.

umzila: ukuqondisa umuntu noma into ukuthi ihambe ngendlela ethile noma umgudu.

okukhethekile: okuhlobene nohlobo oluthile lomsebenzi, umsebenzi, njlalo njalo.

uhlelo: indlela ehlelekile noma inqubo yokwenza okuthile.

ukukwazi ukuphila: ikhono le-organization lokuzisekela futhi liqhubeke likhona, ngokwesibonelo, ngokushintshana ngemikhiqizo yalo kwezinye izinto elizidingayo.

kuyasebenziseka: kuyasebenza futhi kuyakwazi ukusetshenziswa kahle.